Listen to Ugogo song with lyrics from Sjava

Ugogo

Sjava31 Dec 2016

Ugogo Lyrics

Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo

 

Mhlampe’mhlabeni ngabe angsekho

 

Kubak’yona imthandazo yakho

 

Njengoba ngphumelela izibusiso zakho

 

 

Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo

 

Mhlampe’mhlabeni ngabe angsekho

 

Kubak’yona imthandazo yakho

 

Njengoba ngphumelela izibusiso zakho

 

 

Vel’ugogo wath’idlozi selivumile’msamu

 

Nami sesfikil’iskhathi sami

 

Bewuthi ngizohlupheka ngize ngife

 

Bewuthi ngizohlupheka ngize ngife

 

Ugogo wangtshel’ukuth ng'bofund’ukbekezela

 

Yikho ngila manje ingenxa’yokbekezela

 

Wath akyona indlel’oqala ngayo

 

Kodwa indlel’oqeda ngayo

 

 

Kdala ngilokhu ngzama ngiwa ngiwa ngivuka

 

Kokokoko

 

Bengafun ukvula

 

Iyntanga zami ziphumelela left and right

 

Khalis’okwengane kanti kwala kuphi ngami weeh

 

 

Ngiyawakhumbula amagama kagogo

 

Wathi izinyembezi zakho ziyosulwa ugogo

 

Ngiyabona wayeqinisile ugogo

 

Isina muva liyabukwe

 

 

Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo

 

Mhlampe’mhlabeni ngabe angsekho

 

Kubak’yona imthandazo yakho

 

Njengoba ngphumelela izibusiso zakho

 

 

Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo

 

Mhlampe’mhlabeni ngabe angsekho ma

 

Kubak’yona imthandazo yakho

 

Njengoba ngphumelela izibusiso zakho

 

 

Gogo lang’khona kugcwele amadimoni

 

Kugcwele izilingo

 

Ngithandazise ngingabi umoni

 

Ngingalingeki

 

Ngingadideki

 

 

Makufika izivunguvungu gogo ngingaShake

 

Ngingasanganiswa imali neFame

 

Ngidl’imali iphelele emoyen’

 

Gogo ngicelele amandl’eNkosini

 

Ngibe isibonelo esihl’emphakathin

 

Funuk’shintsha izimpilo zabantu ngomculo wam

 

Ng'buyise ithemba kwabalilahlile ngomculo wam

 

 

Gogo ngiyabonga ngemyalo yakho

 

Buka manje usey’Nkosi umzukulu wakho

 

 

Ngiyawakhumbula amagama kagogo

 

Wathi izinyembezi zakho ziyosulwa ugogo

 

Ngiyabona wayeqinisile ugogo

 

Isina muva liyabukwe?

 

 

Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo

 

Mhlampe’mhlabeni ngabe angsekho

 

Kubak’yona imthandazo yakho

 

Njengoba ngphumelela izibusiso zakho

 

 

Dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo

 

Mhlampe’mhlabeni ngabe angsekho mama

 

Kubak’yona imthandazo yakho

 

Njengoba ngphumelela izibusiso zakho

 

 

 

 

***Lyrics are from third-parties***

Comments for Ugogo (25)

Benito Mussolini
Benito Mussolini

please GOGO keep fighting for me , the secret, silent war😰😰👀👂👣🙏

New Monalisa
New Monalisa

thank God for keeping my gran alive , ohmw may she live to see my success , I'm going to one day sing this song in my car looking at my mansion with my gran on the passenger sit 😭❤️❤️❤️mark my words

Ofentse Morake
Ofentse Morake

🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🔥🔥🔥🔥

Bongani J Mngomezulu
Bongani J Mngomezulu

gogo sibonga izibusiso zakho siyabonga gogo wethu

letty
letty

nice song

katli
katli

t❤️❤️👍

sphiwe
sphiwe

thanks so much

Gogo thanks for ol da blessings.

smarh
smarh

I miss my grandparents even though I didn't spend much time with them😭😞love song❤️

Noma
Noma

miss my gogo I wish you were here thanx sjava to help us to pass the message

Mseni
Mseni

I miss you so much gogo