Listen to Umama song with lyrics from Sjava

Umama

Sjava13 Dec 2018

Umama Lyrics

 

Aksavum

Khumbul' uMa

Ang'sakhoni

ngikhumbul'uma

Aksavum

ngikhumbul'uma

 

Sebeth' indoda endala kangaka

Ikhalel' umawayo

Tha bafwethu ngeke ni-understand

Ndoda endala kangaka ikhalela umawayo

Tha bafwethu ngeke ni-understande

 

Uyajabula mang'fika

athi Ushembe uyaphila

Kulengozi zom'gwaqo mtanani Ng'yajabula ufike usaphila

Beka iy'khwama ke emsam

Landi impepho kagogo erounden

Ng'phahle ngikhulume nabadala

Ng'batshele usemagcekeni

Invul'iyana emakhaya

Ses'phelile amakhaza

Mawubuy' eGoli, cel' ung'phathel' iheater ngoba ngempela uzong'gcwaba

Yaz uma avunamahlaya,

ngeke ushone ng'sakuthanda

Kuyoba is'busiso kimi ukuthi ubekhona mawami mang'shada

Ngob' uyokwazi thi ukung'bonisa

Masezing'buyela ngith' emshadweni

Ngoba uyokwazi uth' ukung'duduza

Masezi ng'buyela ng'thi emshadweni

Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni

Ngikhumbul' uma

Thi ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni

Ngikhumbul' uma

 

Sebeth' indoda endala kangaka

Ikhalel' umawayo

Tha bafwethu ngeke ni-understand

Ndoda endala kangaka ikhalela umawayo

Tha bafwethu ngeke ni-understande

Into eng'ythanda ngekhaya,

Ukuthi ekhaya ak'ngenwa ngemali

Noma ng'ngasebenzi Umama ung'thanda ngenkani

Noma umhlaba ungang'shaya Uzong'thulisa athi mtanami ungakhali

Ubukek' ukhathele awuthi ngiland' ukudla baba hlalaphansi

 

Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni

Ngikhumbul' uma

Ang'sakhoni, ang'sakhoni, ang'sakhoni

Ngikhumbul' uma

 

Sebeth' indoda endala kangaka

Ikhalel' umawayo

Tha bafwethu ngeke ni-understand

Ndoda endala kangaka ikhalela umawayo

Tha bafwethi ngeke ni-understande

 

***Lyrics are from third-parties***

Comments for Umama (516)

default user img
Barbzo

miss you momma ๐Ÿค๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ’ž๐Ÿ˜“๐Ÿ•Š #RestEasySotobe

default user img
mzozo

Ansakhona niyavaya majita khubula mama nyani โค๏ธโค๏ธ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญ

default user img
enock

When i listen to this song I just cry because I live far away from my mom ๐Ÿ˜ญ๐Ÿ˜ญ

default user img
Strive Chipurura

๐Ÿ˜ญ๐Ÿ”ฅ

default user img
KayD

Same here๐Ÿ˜ข๐Ÿ˜ข

this song it makes me think about my mama may her soul rest in perfect peace

default user img
nonkululeko

love this song

default user img
Stshava

this track is up there with the likes of Dear Mama by 2pac...โคโคโคโค

default user img
mlu

โค๏ธโค๏ธโค๏ธ๐Ÿ‘Œ๐Ÿ‘Œ๐Ÿ‘Œ๐Ÿ”ฅ๐Ÿ”ฅ๐Ÿ”ฅ

default user img
Karabo Bob

One of the best๐Ÿ”ฅ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ™Œ

default user img
Mr bean

good night sleep and wake up

best song ever I have seen by my life.๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’–๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ˜๐Ÿ˜๐Ÿ˜๐Ÿ˜๐Ÿ˜๐Ÿ˜๐Ÿ˜๐Ÿ˜๐Ÿ˜๐Ÿ˜๐Ÿ˜๐Ÿ˜๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ๐Ÿ’ฏ