收聽Simmy的Nawe歌詞歌曲

Nawe

Simmy2018年11月16日

Nawe 歌詞

Nawe - Simmy

Lyrics by:Simphiwe M. Nhlangulela

Composed by:Simphiwe M. Nhlangulela

Awu seng'ze ngam'thola ofana nawe

Ufun' uqobo lwami lutho oluningi

Asevele akubona amehlo 'ami

Nenhliziyo yami yona isivumile

Oh kuphele izinsuku k'phele amaviki

K'phele nezinyanga ngicinga wena

Oh kuphele izinsuku k'phele amaviki

K'phele nezinyanga ngicinga wena ngicinga wena

Kudala ngihamba mina ngifunana nawe ng'funana nonjengawe

Sengize ngam'thola ofana nawe

Omelana nami awubuz' okuningi

Usuvele wakukhetha umunwe wami

Nengqondo yami yona isivumile

Oh kuphele izinsuku k'phele amaviki

Kphele nezinyanga ngicinga wena