Sabathile 歌詞
WeSabathile weSabathile
Nom' abantu bengabuza ukuthi ng'bonani kuwe
Bakuthuke, ngivele ng'thule
WeSabathile weSabathile
(Nom' abantu bengabuza ukuthi ng'bonani kuwe)
Bakuthuke, ngivele ng'thule
(Nom' abantu bengabuza ukuthi ng'bonani kuwe)
WeSabathile weSabathile
(Nom' abantu bengabuza ukuthi ng'bonani kuwe)
Ngeke ngikuyeke, ngyakuthanda
(Nom' abantu bengabuza ukuthi ng'bonani kuwe)
(Nom' abantu bengabuza ukuthi ng'bonani kuwe)
Ngiyakuthanda Sabathile wami
Noma ungemuhle,
(Ang'nendaba
Ngoba ngyazi uneqiniso kimi)
Ngiyakuthanda Sabathile wami
Noma ungamile kahle,
(Ang'nendaba
Ngoba ngyazi uneqiniso kimi)
Ngiyakuthanda Sabathile wami
Noma ungemuhle,
(Ang'nendaba
Ngoba ngyazi uneqiniso kimi)
Ngiyakuthanda Sabathile wami
Noma ungamile kahle
Bakuthuke, ngivele ng'thule
(Nom' abantu bengabuza ukuthi ng'bonani kuwe)
WeSabathile weSabathile
(Nom' abantu bengabuza ukuthi ng'bonani kuwe)
Bakuthuke, ngiyakuthanda
(Ang'nendaba
Ngoba ngyazi uneqiniso kimi)
Ngiyakuthanda Sabathile wami
Noma ungamile kahle,
(Ang'nendaba
Ngoba ngyazi uneqiniso kimi)
Ngiyakuthanda Sabathile wami
Noma ungemuhle,
Ang'nendaba
(Ngoba ngyazi uneqiniso kimi)
Ngiyakuthanda Sabathile wami
Noma ungamile kahle,
(Ang'nendaba
Ngoba ngyazi uneqiniso kimi)
Ngiyakuthanda Sabathile wami
Noma ungemuhle
WeSabathile weSabathile
(Nom' abantu bengabuza ukuthi ng'bonani kuwe)
Bakuthuke, ngivele ngivele ng'thule
WeSabathile weSabathile
(Nom' abantu bengabuza ukuthi ng'bonani kuwe)
Bakuthuke, ngivele ng'thule.
End