Listen to Confession song with lyrics from Sjava

Confession

Sjava5 Jul 2018

Confession Lyrics

NgineConfession

Ngicel uk'confess(a)

 

NgineConfession

Ngicel uk'confess(a)

 

NgineConfession

Ngicel uk'confess(a)

 

Yazi ngyasaba ukuk'thanda

Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way

Ngikuthanda ngakhona

Ngyasaba ukukthanda

Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way

Ngikuthanda ngakhona

 

Ngihlale ngiyibuza

Mawlele uyangphupha na? Uyangbona na?

Ngyavakasha na? Emaphushweni akho

Enhlizizweni yakho nginendawo na?

Nginekhaya na? Ngingalala na?

Ngihlale ngiyibuza mawlele uyangphupha na?

Uyangbona na? Ngyavakasha na?

Emaphushweni akho

Enhlizizweni yakho nginendawo na?

Nginekhaya na? Ngingalala na?

Malingishonel'ilanga

 

 

Ukufihl' ak'sizi ngcono ngvele ngiphumele obala

Ngikutshele ngendlela engizizwa ngayo

Yeah

Ngyavuma angiphiki

Ukuthi uyangithanda

Inkinga abukho ubufakazi

Izenzo azisasho lutho

Nokuthi I love you sekwaba yinto elula

Into elula usungayisho nanoma kubani

AyisenaValue

Uthando lwamanga

Nolweqiniso lupendwe ngombala ofanayo

Hlampe wisigebengu

Ngixolele ngixolele

Nami kumele ngiy'vikele

Ngixolele ngixolele

Nami kumele ngiy'vikele

 

Wemntanomuntu

 

NgineConfession

Ngicel uk'confess(a)

 

NgineConfession

Ngicel uk'confess(a)

 

NgineConfession

Ngicel uk'confess(a)

 

Yazi ngyasaba ukuk'thanda

Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way

Ngikuthanda ngakhona

Yeah

Ngyasaba ukukthanda

Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way

Ngikuthanda ngakhona

 

Ngihlale ngiyibuza mawlele uyangphupha na?

Uyangbona na? Yavakasha na?

Emaphushweni akho

Enhlizizweni yakho nginendawo na?

Nginekhaya na? Ngingalala na?

 

Ngihlale ngiyibuza mawlele uyangphupha na?

Uyangbona na? Ngyavakasha na?

Emaphushweni akho

Enhlizizweni yakho nginendawo na?

Nginekhaya na? Ngingalala na?

Malingishonel'ilanga

 

Ngob'umuhle kunabo bonke awushodi ngalutho

Laph'osuka khona konakalaphi

You too good to be true

Ngabe khona engingakwazi yini

Makukhona ngicel'ukhulume manje kuseseneskhati

 

Melungithembise uthi mangivuma la

Kusasa ngeke ungijikele

Khuthi umzimburight konke kuright

Intliziyo yam yiyo kuphela ekhathele

Mele ngihlale ngiphapheme

Ngixolele ngixolele

Nami kumele ngiy'vikele

Ngixolele ngixolele

Nami kumele ngiy'vikele

Wemntanomuntu

 

NgineConfession

Ngicel uk'confess(a)

 

NgineConfession

Ngicel uk'confess(a)

 

 

Yazi ngyasaba ukuk'thanda

Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way

Ngikuthanda ngakhona

Yeah

Ngyasaba ukukthanda

Ngisaba ukuthi angeke ungithande the way

Ngikuthanda ngakhona

 

Ngihlale ngiyibuza mawlele uyangphupha na?

Uyangbona na? Yavakasha na?

Emaphushweni akho

Enhlizizweni yakho nginendawo na?

Nginekhaya na? Ngingalala na?

 

 

Ngihlale ngiyibuza mawlele uyangphupha na?

Uyangbona na? Ngyavakasha na?

Emaphushweni akho

Enhlizizweni yakho nginendawo na?

Nginekhaya na? Ngingalala na?

Malingishonel'ilanga

 

***Lyrics are from third-parties***

Comments for Confession (186)

Tshepang Mpitse
Tshepang Mpitse

Amen 🔥🔥🔥🕯🕯🕯🙏🏼

Nondu247
Nondu247

ai uyabhala bhuti 🙌🙌🙌 ngyakuhlonipha

mfundo
mfundo

up sjiva bra keep it u

Lil N
Lil N

Best song ❤️

Monde Mk Kies
Monde Mk Kies

never really listened to this track until now and FLIP🙆‍♂️🙆‍♂️ Sjava o deep yong.. Dankie Sjava🙌

Tesmond Tazz
Tesmond Tazz

💯💯 💯

ledii
ledii

memories😭😥❤

Soloman Manqola
Soloman Manqola

Woow!! Mara uyi booza Sjava💓❤❤❤👌✌✌

Thomas Lion
Thomas Lion

🔥 eish

Mnõthõrh Màlumzàrh VI
Mnõthõrh Màlumzàrh VI

sjava 💖💖💖😊😊